Nokwanele Buthelezi

Ngiyalithanda Lelivangeli

“Uma ngikhumbula engikwenzelwe iNkosi angisoze ngaphindele emuva”

Ukubonga kwami angikwazi ukuchaza kukhulu kakhulu, ngevangeli engalithola Kwasizabantu.

Ngifike Kwasizabantu bengisemcane, ngibonga uNkulunkulu ukuthi angibeke evangelini lakasizabantu, enhlizweni yami kugcwele kuningi.

Kodwa kafishane nje, ukufika Kwasizabantu kungifundisa okuningi. Ngaze ngathola nomusa okuthi ngazi ukuthi umuntu kumele avume isono njengokuba kusho izwi lenkosi ekaJakobe 5:16. Ukuvuma isono ikona okwangakha kakhulu, nokufunda ukuthi kumele uxolise uma kukhona lapho wone khona ukwazi ukubiyisana nomuntu owonene naye; noma ngabe kuncane noma kukhulu, ngoba umawenze njalo uba nokuthula. Ngafunda nokuthi umoya ongcwele ukhuluma kanjani kumuntu.

Ngibonga kakhulu nange nkonzo zabasha esizitholayo ngoJune nango December. Zidlala enkulu indima empilweni yami, kumnandi ukuthi ufundiswe ngeqiniso konke kube sobala.

Ngibonga uBaba umfundisi ngothando asithanda ngalo, ngibonga bonke abazali bokomoya bakwasizabantu, aba ngakhathali ukusisiza ngokomoya, nangokwenyama. Kwangathi uNkulunkulu angaba busisa bonke, likhule kakhulu ivangeli.

Uthando lwami lukhulu kakhulu ngevangeli engalithola kwasizabantu, angifisi ukusuka kuNkulunkulu.

Ngiyabonga kakhulu,

Nokwanele Buthelezi

 

“When I remember what the Lord has done, I will never go back”

I cannot even begin to express my gratitude for the Gospel which I received at KwaSizabantu.

I came to KwaSizabantu as a young person and I thank God for bringing me here.

In short, coming to KwaSizabantu teaches me a lot. I even obtained grace and understanding concerning the confession of sins according to scripture as written in James 5:16. Being able to confess my sin is what built and strengthened my faith, I also learnt about the importance of reconciling with those whom I had wronged, no matter how small the matter between us, because this gives you peace. I also learnt how the Holy Spirit speaks to a person.

I am also thankful for the Youth conferences that we receive in June and in December. These services play an important role in my life, it is a wonderful thing to be able to hear the truth spoken plainly.

I also want to thank Baba Mfundisi for his love towards us. Thank you to all our spiritual parents who never grow weary of giving us spiritual and physical help. May God bless them and cause this gospel to grow.

I deeply cherish the gospel I received at KwaSizabantu, and I never wish to depart from God. Thank you very much.

Nokwanele Buthelezi